EGRI: Ukufundisa ukufunda ekilasini eligcwele ngokweqile

Siyakwamukela kwisigaba sezihloko ezengeziwe kuhlelo lokufundisa ukufunda emabangeni aphansi lapho uzofunda ngezihloko ezine ezilandelayo:

  • Abafundi Abanobunzima Bokufunda
  • Ukusebenzisa Isu Lokubuza Ukuze Kuthuthuke Ukufunda
  • Ukufundisa Ukufunda Ekilasi Elinamabanga Axubile
  • Ukufundisa Ukufunda Ekilasini Eligcwele Ngokweqile

Kulesi sigaba esengeziwe uzokwazi ukuzikhethela leso sihloko esihambisana nezidingo zakho ekufundiseni ukufunda. Okufanele ukuqaphele ukuthi uzokwazi ukungena kuzona zonke izihloko, yize noma uzokhetha lezo ezihambisana nawe.

Okusemqoka ukuthi isitifiketi sokuphothula sisendleleni uma usuqedile.
Ungakhohlwa ukuqaphela umyalezo ozovela ukuze ukwazi ukuqedela isivivinyo sakho okuyobe sekuyisinyathelo sokugcina ukuze uthole isitifiketi sakho.

Siyakukhuthaza ukuba uqhubeke uzifundele, uphinde uzibandakanye nabanye kulendlela yokufunda.

+224 enrolled
Not Enrolled

Course Includes

  • 1  Module
  • 7 Lessons
  • 4 Quizzes