Uma ubambe iqhaza ekwakheni noma ekufundeni kwabantwana abaneminyaka 0- kuya kweyisishiyagalolunye, lesisifundo singakusiza ekwakheni indawo yokufunda enamathuba alinganayo kubantwana bonke, ngale kobulili bemvelo noma ubulili bokucabanga. Lesisifundo sizokunika amacebo namathiphu aphakathi kulezizigaba:
- Indawo yokufundela
- Izinsiza kufunda
- Imisebenzi yokufunda
- Ukusetshensizwa kolimu nokuxhumana eklasini
- Ukuxhumana ngale kwaseklasini.
Loluhlelo Lunisiqiniseko sakwa SACE. Uma usqeda loluhlelo ungazuza amaphuzu angu 15 . Sicela ufaka i nombolo yakho yakwa SACE kanye nomazisi wakho kwi ‘profile’ yakho.
Cindezela ‘Ikuphi ebesikwazi’ qhubeka ngezansi.