EGRI-T Course Feedback
Quiz Summary
0 of 20 Questions completed
Questions:
Information
You have already completed the quiz before. Hence you can not start it again.
Quiz is loading…
You must sign in or sign up to start the quiz.
You must first complete the following:
Results
Results
0 of 20 Questions answered correctly
Your time:
Time has elapsed
You have reached 0 of 0 point(s), (0)
Earned Point(s): 0 of 0, (0)
0 Essay(s) Pending (Possible Point(s): 0)
Categories
- Not categorized 0%
-
Siyakubongela ngokuqeda umsebenzi wokuhlola ulwazi lwangasemuva.
Thank you for completing the course quiz.
- 1
- 2
- 3
- 4
- 5
- 6
- 7
- 8
- 9
- 10
- 11
- 12
- 13
- 14
- 15
- 16
- 17
- 18
- 19
- 20
- Current
- Review
- Answered
- Correct
- Incorrect
-
Question 1 of 20
1. Question
Funda lesi siqephu esifushane esilandelayo:
UJabu wayenesikhwama esisha ceke esimnyama nokumhlophe. Ngokuziqhenya wakhombisa isikhwama sakhe esisha kubo bonke abangane bakhe esikoleni. Umngani wakhe uSimphiwe wasithanda kakhulu. Isikhwama sikaSimphiwe sasimhlophe, kodwa manje sase sigugile kangangokuthi sase siphuzi futhi sigcotshwe ubumba olubomvu nokungcola okumpunga. Sase sigugile kanti noziphu waso wawungasasebenzi, futhi imithungo yayihlukana.USimphiwe wathi mayebheka isikhwama esisha sikaJabu waba nomona.
-
Question 2 of 20
2. Question
2. Yikuphi kulokhu okulandelayo okuyisibonelo sombuzo wokuhlaziya? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 3 of 20
3. Question
3. Yikuphi kokulandelayo okuyisibonelo sombuzo oqondile? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 4 of 20
4. Question
4. Yimuphi umusho kulena elandelayo oyiqiniso? Khetha zonke izimpendulo okuyizona
-
Question 5 of 20
5. Question
5. Yimaphi amasu alandelayo ongawasebenzisa ukwethula incazelo yegama elithi ‘uziphu’ kubafundi abangalazi igama elithi ‘uziphu’? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 6 of 20
6. Question
6. Yimaphi amasu asemqoka abafundi abangawasebenzisa kulawa alendalayo uma bethola igama abangalazi esiqeshini sokufunda, ngokweCAPS? Khetha zonke izimpendulo
-
Question 7 of 20
7. Question
7. Kungani kubalulekile ukwakha ulwazimagama emabangeni aphansi? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 8 of 20
8. Question
8. Yikuphi kokulandelayo okuyiqiniso ngokufunda ngokuhlanganyela, ngokweCAPS? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 9 of 20
9. Question
9. Yikuphi kokulandelayo okungathuthukisa ukufunda ngokugeleza, ngokweCAPS?
-
Question 10 of 20
10. Question
10. Yikuphi kulokhu okulandelayo abafundi okumele bakwazi ukukwenza ekupheleni kwebanga lokuqala-1, ngokusho koMnyango wezeMfundo eyisiSekelo?Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 11 of 20
11. Question
11. Yikuphi kulokhu okulandelayo abafundi okumele bakwazi ukukwenza ekupheleni kwebanga lesithathu-3, ngokusho koMnyango wezeMfundo oyisisekelo? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 12 of 20
12. Question
12. Yikuphi kokulandelayo okuyiqiniso ngokufunda ngamaqembu okuholwa nguthisha, ngokweCAPS? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 13 of 20
13. Question
13. Yikuphi kokulandelayo okuyincazelo efanele ngolwazi lwemisindo? Khetha impendulo efanele.
-
Question 14 of 20
14. Question
14. Yiziphi kulezi ezilandelayo okuyizindlela ezifanele zokufundisa ulwazi lwemisindo, ngokweCAPS? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 15 of 20
15. Question
15. Yikuphi kokulandelayo okuyiqiniso mayelana nemisindo? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 16 of 20
16. Question
16. Yikuphi kokulandelayo okuyizinsiza eziphakanyisiwe zemisebenzi yemisindo? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 17 of 20
17. Question
17. Yikuphi kulezi zinsiza ezilandelayor ezifanele ukuba sekilasini lamabanga aphansi? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 18 of 20
18. Question
18. Iziphi izitatimende ezilandelayo eziyiqiniso mayelana nezinsiza ze-multimedia? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 19 of 20
19. Question
19. Yiziphi izindlela ezisemqoka zokwakha isiko lokufunda ekilasini? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.
-
Question 20 of 20
20. Question
20. Kungani kubalulekile ukwakha isiko lokufunda esikoleni? Khetha zonke izimpendulo okuyizona.