
Siyakwamukela kwisigaba sezihloko ezengeziwe kuhlelo lokufundisa ukufunda emabangeni aphansi lapho uzofunda ngezihloko ezine ezilandelayo:
- Abafundi abanobunzima bokufunda
- Ukusebenzisa isu lokubuza ukuze kuthuthuke ukufunda
- Ukufundisa ukufunda ekilasi elinamabanga axubile
- Ukufundisa ukufunda ekilasini eligcwele ngokweqile
Kulesi sigaba esengeziwe uzokwazi ukuzikhethela leso sihloko esihambisana nezidingo zakho ekufundiseni ukufunda. Okufanele ukuqaphele ukuthi uzokwazi ukungena kuzona zonke izihloko, yize noma uzokhetha lezo ezihambisana nawe.
Siyakukhuthaza ukuba uqhubeke uzifundele, uphinde uzibandakanye nabanye kulendlela yokufunda.
Login
Accessing this course requires a login. Please enter your credentials below!